2 iziKronike 24:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Ngokuba amadodana ka-Athaliya, owesifazane lowo omubi, ayeyichithile indlu kaNkulunkulu, nezinto zonke ezingcwele zendlu kaJehova azenza ukuba zibe ngezikaBali. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20207 Amadodana ka-Athaliya alowo wesifazane okhohlakele, ayefohle angena endlini kaNkulunkulu, futhi asebenzisa zonke izinto ezingcwele zendlu kaSimakade, ezisebenzisela uBhali. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20247 Ngokuba amadodana ka-Athaliya, owesifazane omubi, abhidliza indlu kaNkulunkulu; nazo zonke izipho ezingcwele zendlu kaJehova bazinika oBali. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
kepha uziphakamisile eNkosini yasezulwini; balethe izitsha zendlu yakhe phambi kwakho; wena nezinduna zakho, nawomkakho, nezancinza zakho niphuzile iwayini ngazo, utusile wena onkulunkulu besiliva, nabegolide, nabethusi, nabensimbi, nabomuthi, nabetshe abangaboni, abangezwa, abangazi; kodwa uNkulunkulu omphefumulo wakho usesandleni sakhe, nokungezakhe zonke izindlela zakho awumdumisanga.