Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 24:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Inkosi yayisibiza uJehoyada inhloko, yathi kuye: “Awubizanga ngani kumaLevi ukuba alethe kwaJuda naseJerusalema intela kaMose inceku kaJehova neyebandla lika-Israyeli, ibe ngeyetende lobufakazi na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 Inkosi yayisibiza uJehoyada, inhloko, yathi kuye: “Kungani ungajubanga abaLevi ukuba balethe kwaJuda naseJerusalema intela eyamiswa nguMose, inceku kaSimakade, ebandleni lika-Israyeli, ibe ngeyethende lobufakazi na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Inkosi yasibiza uJehoyada inhloko, yathi kuye: “Awubacelanga ngani amaLevi ukuba alethe umnikelo ovela kwaJuda naseJerusalema, njengomyalo kaMose, inceku kaJehova, nebandla lamaLevi. Israyeli, ngenxa yetabernakele lobufakazi na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 24:6
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayesethi uJowabe enkosini: “UJehova uNkulunkulu wakho makenezele kubantu kuphindwe kayikhulu phezu kwalokhu abayikho, kubonwe ngamehlo enkosi yami, inkosi; kepha inkosi yami, inkosi, yenamelelani le nto na?”


Kwase kumenyezelwa kwaJuda naseJerusalema ukuba balethe kuJehova intela uMose inceku kaNkulunkulu ayibeke phezu kuka-Israyeli ehlane.


kepha beka amaLevi phezu kwetabernakele* lobufakazi, naphezu kwazo zonke izimpahla zalo, nakho konke okwalo; ayakuthwala itabernakele nayo yonke impahla yalo; ayakukhonza kulo, amise alihaqe.


Nabafowenu, isizwe sakwaLevi, isizwe sikayihlo, sondela nabo ukuba bahlanganiswe nawe, bakukhonze; kepha wena namadodana akho kanye nawe niyakuba ngaphambi kwetende lobufakazi.


“Kwakukhona itende lobufakazi kobaba ehlane njengalokho akuyalayo yena owakhuluma noMose ukuba alenze ngomfanekiso abewubonile;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ