Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 24:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Kwathi ngasekupheleni komnyaka impi yase-Aramu yakhuphukela kuye, yafika kwaJuda naseJerusalema, yabhubhisa zonke izikhulu zabantu phakathi kwabantu, yathuma yonke impango yazo enkosini yaseDamaseku.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

23 Kwathi ngasekupheleni konyaka impi yase-Aramu yakhuphukela kuye, yafika kwaJuda naseJerusalema, yabhubhisa bonke abaholi babantu, yathumela yonke impango eyayiyiphange kubantu enkosini yaseDamaseku.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Kwathi ekupheleni komnyaka impi yama-Aramu yakhuphukela kuye, yafika kwaJuda naseJerusalema, yachitha zonke izikhulu zabantu phakathi kwabantu, yathumela yonke impango yazo enkosini yaseDamaseku.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 24:23
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ama-Aramu aseDamaseku esefika ukumsiza uHadadezeri inkosi yaseSoba, uDavide wabulala abantu abayizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili kuma-Aramu.


Umprofethi wasondela enkosini yakwa-Israyeli, wathi kuyo: “Hamba uziqinise, uqaphele, ubone oyakukwenza, ngokuba emva komnyaka inkosi yama-Aramu iyakwenyuka ukulwa nawe.”


Kwathi emva komnyaka uBeni Hadadi wabala ama-Aramu, wenyukela e-Afeki ukuba alwe no-Israyeli.


Ngeyami impindiselo nembuyiselo ngesikhathi sokushelela konyawo lwabo, ngokuba usuku lwabo lwengozi selusondele, izinto abazilungiselweyo ziyakuphuthuma.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ