Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 23:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Nansi into eniyakuyenza: abesithathu kini abangena ngesabatha, ababapristi nabamaLevi, bayakuba ngabalindisango,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 Nakhu-ke okumele nikwenze: ingxenye eyodwa yokuthathu yalabo abangena ngesabatha, abangabaphristi, nabaLevi, iyakuba ngabalindimasango.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Nansi into eniyakuyenza; ingxenye yesithathu yenu abangena ngesabatha, yabapristi namaLevi, iyakuba ngabalindisango;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 23:4
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Base behamba, babiza abalindisango bomuzi, babatshela ukuthi: “Sike safika ekamu* lama-Aramu; bheka, kwakungekho muntu lapho, nazwi lomuntu, kuphela ngamahhashi aboshiweyo, nezimbongolo eziboshiweyo, namatende enjengalokhu enjalo.”


Ngokuba indawo yawo yayingasesandleni samadodana ka-Aroni ukukhonza endlini kaJehova, nasemagcekeni, nasemakamelweni, nokuhlambulula zonke izinto ezingcwele, nomsebenzi wenkonzo endlini kaNkulunkulu,


Abafowabo emizaneni yabo babeyakungena emva kwezinsuku eziyisikhombisa njalo izikhathi ngezikhathi ukuba babe nabo,


abesithathu babe sendlini yenkosi, abesithathu babe seSangweni Lesisekelo, bonke abantu babe semagcekeni endlu kaJehova.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ