Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 23:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Ngomnyaka wesikhombisa uJehoyada waziqinisa, wazithathela izinduna zamakhulu, u-Azariya indodana kaJerohamu, no-Ishmayeli indodana kaJehohanani, no-Azariya indodana ka-Obede, noMahaseya indodana ka-Adaya, no-Elishafati indodana kaZikiri, zenza isivumelwano naye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 Ngonyaka wesikhombisa uJehoyada waqunga isibindi, wathatha abakhuzi bempi bamakhulu, u-Azariya indodana kaJerohamu, u-Ishmayeli indodana kaJehohanani, u-Azariya indodana ka-Obhede, uMahaseya indodana ka-Adaya, no-Elishafathi indodana kaZikhiri, wenza isivumelwano nabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ngomnyaka wesikhombisa uJehoyada waziqinisa, wathatha izinduna zamakhulu, u-Azariya indodana kaJerohamu, no-Ishmayeli indodana kaJohanani, no-Azariya indodana ka-Obede, noMahaseya indodana ka-Adaya, no-Elishafati indodana kaSigri, yenza isivumelwano naye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 23:1
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inkosi uJehowashi yayisibiza uJehoyada umpristi nabanye abapristi, yathi kubo: “Anilungisi ngani izimfa zendlu na? Ngalokho ningabe nisathatha imali yabangane benu, kepha niyinikelele izimfa zendlu.”


Bangena esivumelwaneni sokumfuna uJehova uNkulunkulu wawoyise ngayo yonke inhliziyo yabo nangawo wonke umphefumulo wabo,


Wayenabo ethukusiwe endlini kaNkulunkulu iminyaka eyisithupha; u-Athaliya wabusa ezweni.


“Ngenxa yakho konke lokho senza isivumelwano esiqinisileyo, sasiloba; kwanamatheliswa ngophawu yizikhulu zethu, namaLevi ethu, nabapristi bethu.”


Amadodana kaJisihari: ngoKora, noNefegi, noZikiri.


OJonathani noDavide benza isivumelwano, ngokuba wamthanda njengenhliziyo yakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ