Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 22:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Wenza okubi emehlweni kaJehova njengokwenza kwendlu ka-Ahabi, ngokuba bona babengabamelulekayo emva kokufa kukayise, kwaba ngukuchithwa kwakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 Wenza okubi phambi kukaSimakade njengendlu ka-Ahabi, ngokuba yibona ababemeluleka emveni kokukhothama kukayise, okwaba yimbangela yokubhujiswa kwakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Wenza okubi emehlweni kaJehova njengendlu ka-Ahabi, ngokuba bona baba ngabacebisi bakhe emva kokufa kukayise waze wachithwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 22:4
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Naye wahamba ngezindlela zendlu ka-Ahabi, ngokuba unina wayengomeluleka ukwenza okubi.


Ndodana yami, uma izoni zikuyenga, ungavumi.


Imicabango yabalungileyo ingeyokwahlulela, kepha iziluleko zababi ziyinkohliso.


Ohamba nabahlakaniphileyo uyakuhlakanipha, kepha umngane weziwula uyakushoshozelwa yizo.


Yeka, ndodana yami, ukulalela ukulaywa, uyakuduka emazwini okwazi.


UNebukadinesari inkosi wayesethumela ukubutha izikhulu, nababusi, nezinduna, nabahluleli, nabaphathizikhwama, nabomkhandlu, nabameli, nabo bonke abaphathizifunda ukuba beze ekwahlukaniselweni kwesithombe uNebukadinesari inkosi asimisileyo.


Khona uNebukadinesari inkosi wethuka, wasuka wakhuluma, wathi kwabomkhandlu wakhe: “Angithi siphonse amadoda amathathu eboshiwe phakathi komlilo na?” Baphendula, bathi enkosini: “Uqinisile, nkosi.”


Izimiso zika-Omri ziyagcinwa, nazo zonke izenzo zendlu ka-Ahabi; nihamba ngamacebo abo; ngalokho ngiyakunenza incithakalo nabakhileyo khona into encimfelwayo; niyakuthwala ihlazo labantu bami.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ