Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 21:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Uyise wabanika izipho ezinkulu zesiliva nezegolide, namagugu kanye nemizi ebiyelweyo kwaJuda, kepha umbuso wawunika uJehoramu, ngokuba wayeyizibulo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 Uyise uJehoshafathi wayebaphe izipho ezinkulu zesiliva, zegolide, nezinto ezinhle kakhulu nemizi ebiyelweyo kwaJuda, kodwa umbuso wawunika uJehoramu ngoba wayeyizibulo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Uyise wabanika izipho ezinkulu zesiliva nezegolide nezinto eziyigugu kanye nemizi ebiyelweyo kwaJuda; kepha ubukhosi wabunika uJoramu; ngoba wayelizibulo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 21:3
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kepha amadodana ezancinza zika-Abrahama u-Abrahama wawanika izipho nje, wawamukisa ku-Isaka indodana yakhe esekhona, aye ngasempumalanga ezweni lasempumalanga.


Wenza ngokuhlakanipha, wahlakaza onke amadodana akhe emazweni onke akwaJuda noBenjamini, emizini yonke ebiyelweyo, wawanika ukudla okuningi, wawafunela abafazi abaningi.


URehobowamu wahlala eJerusalema, wakha imizi ukuba ibe yizinqaba kwaJuda.


“ ‘Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Uma isikhulu sinika enye yamadodana aso isipho, kuyifa layo, yimfuyo yayo ngokobufa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ