2 iziKronike 21:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE2 Wayenabafowabo, amadodana kaJehoshafati: ngo-Azariya, noJehiyeli, noZakariya, no-Azariyahu, noMikayeli, noShefathiya; bonke labo babengamadodana kaJehoshafati inkosi yakwa-Israyeli. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20202 UJehoshafathi wayenabafowabo namadodana. Amadodana akhe kwakungu-Azariya, uJehiyeli, uZakhariya, u-Azariyahu, uMikhayeli noShefathiya; wonke lawa kwakungamadodana enkosi yakwa-Israyeli, uJehoshafathi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20242 Wayenabafowabo, amadodana kaJehoshafati, o-Asariya, noJehiyeli, noZakariya, no-Asariya, noMikayeli, noShefathiya; bonke babengamadodana kaJehoshafati inkosi yakwa-Israyeli. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |