Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 2:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 “Ngithumele futhi imisedari,* nemisayipuresi,* nemi-alimugi* evela eLebanoni, ngokuba ngiyazi ukuthi izinceku zakho ziyakwazi ukugawula imithi eLebanoni; bheka, izinceku zami ziyakuba nezinceku zakho

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 “Ngithumelele futhi imisedari, imisayiphuresi, nemi-alimugi evela eLebhanoni, ngokuba ngiyazi ukuthi izinceku zakho ziyakwazi ukugawula imithi eLebhanoni. Izinceku zami ziyosebenza nezinceku zakho,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Ngithumele futhi imisedari, nemisipres, nemi-algumi yaseLebanoni; ngoba ngiyazi ukuthi izinceku zakho ziyakwazi ukugawula izinkuni eLebanoni; bheka, izinceku zami ziyakuba nezinceku zakho;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 2:8
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Nemikhumbi kaHiramu eyathwala igolide livela e-Ofiri yathutha futhi e-Ofiri imi-alimugi* namatshe ayigugu.


“Ngalokho yaleza ukuba bangigawulele imisedari* eLebanoni, izinceku zami zibe nezakho; ngiyakukunika inkokhelo yezinceku zakho njengakho konke ongakusho, ngokuba wena uyazi ukuthi akukho muntu kithi ongagawula imithi njengamaSidoni.”


UDavide wathi: “USolomoni indodana yami usengumfana, usathambile, nendlu eyakwakhelwa uJehova nga iba nkulu, ibatshazwe, ibe negama nodumo emazweni onke; ngizakuyilungisela.” Wayeseyilungisela kakhulu uDavide engakafi.


ukungilungisela imithi eminingi, ngokuba indlu engiyakuyakha iyakuba nkulu ngokumangalisayo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ