Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 2:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 “Ngalokho mawuthume kimi umuntu oyingcweti yokusebenza ngegolide, nangesiliva, nangethusi, nangensimbi, nangokububende, nangokubomvu, nangokuluhlaza, owazi ukuqopha yonke imiqopho kanye nezingcweti ezinami kwaJuda naseJerusalema, ezamiswa nguDavide ubaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 “Ngakho-ke ake uthumele kimi umuntu oyingcweti, osebenza ngegolide, ngesiliva, ngethusi, ngensimbi, ngokubukhwebezane, ngokubomvu, nangokuluhlaza; oyingcweti yokuqopha yonke imiqopho, azosebenza nezingcweti ezinami kwaJuda naseJerusalema, ezabekwa nguDavide ubaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ngithumele manje indoda ehlakaniphile ekusebenzeni ngegolide nangesiliva nangethusi nangensimbi nangokuyibubende nangokubomvu nangokunsomi, ochwepheshile ekumbebeni nabahlakaniphileyo abanami kwaJuda. NaseJerusalema, ubaba uDavide ayilungiselelayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 2:7
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Nemikhumbi kaHiramu eyathwala igolide livela e-Ofiri yathutha futhi e-Ofiri imi-alimugi* namatshe ayigugu.


Wayeyindodana yomfelokazi wesizwe sakwaNafetali; uyise wayengumuntu ogcwele ukuhlakanipha, nengqondo, nokwazi ukwenza yonke imisebenzi yethusi. Wafika enkosini uSolomoni, wasebenza wonke umsebenzi wayo.


UNkulunkulu wakhe uyamhlakahlisa ngendlela eyiyo, amfundise.


Nalokho kuvela kuJehova Sebawoti oyisimangaliso ekululekeni nomkhulu emaswini.


“Abezizwe bayakuzakha izingange zakho, amakhosi abo akukhonze; noma ngakushaya ngentukuthelo yami, sengiyakuhawukela ngomusa wami.


Ngemisayipuresi* yaseSeniri benzile onke amapulangwe akho; balandile umsedari* eLebanoni ukwenza insika yakho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ