2 iziKronike 2:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE3 USolomoni wathumela kuHiramu inkosi yaseTire, wathi: “Njengalokho wakwenza kuDavide ubaba, wathuma kuye imisedari,* azakhele ngayo indlu ukuba ahlale kuyo, yenze njalo nakimi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20203 USolomoni wathumela kuHuramu, inkosi yaseThire, wathi: “Njengalokho wenza kuDavide, ubaba, wathumela kuye imisedari, ukuba akhe indlu, ahlale kuyo, yenza kanjalo-ke nakimi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20243 USolomoni wasethumela kuHiramu inkosi yeTire ukuthi: Njengoba wenza kubaba uDavida, wamthumelela imisedari yokuzakhela indlu yokuhlala, yenza njalo kimi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
“Ngomnyaka wokuqala kaKoresi inkosi, uKoresi inkosi wakhipha isimemezelo sokuthi: Ngendlu kaNkulunkulu eseJerusalema, indlu mayakhiwe endaweni lapho benikelela khona ngemihlatshelo, zibekwe izisekelo zayo, ziqine, ukuphakama kwayo kube yizingalo ezingamashumi ayisithupha, ububanzi bayo bube yizingalo ezingamashumi ayisithupha;