Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 2:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Kubona wamisa izinkulungwane ezingamashumi ayisikhombisa ukuba bathwale imithwalo, nezinkulungwane ezingamashumi ayisishiyagalombili ukuba babe ngababazi ezintabeni, nezinkulungwane ezintathu namakhulu ayisithupha ukuba babe ngababonisi bokusebenzisa abantu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 Wabeka kubo abayizi-70 000 ukuba bathwale imithwalo, abayizi-80 000 ukuba babe ngababazi bamatshe ezintabeni, nabayizi-3 600 ukuba bengamele abantu abasebenzayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Wamisa kubo abayizinkulungwane ezingamashumi ayisithupha ukuba babe ngabathwali bemithwalo, nezinkulungwane ezingamashumi ayisishiyagalombili babe ngabagundi bezinwele entabeni, nabayizinkulungwane ezintathu namakhulu ayisithupha babe ngababonisi ukuba bamisele abantu umsebenzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 2:18
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

USolomoni wayenabathwalayo imithwalo abayizinkulungwane ezingamashumi ayisikhombisa, nababazi bamatshe ezintabeni abayizinkulungwane ezingamashumi ayisishiyagalombili,


USolomoni wabala abantu abayizinkulungwane ezingamashumi ayisikhombisa ukuba bathwale imithwalo, nabantu abayizinkulungwane eziyishiyagalombili ukuba babe ngababazi bamatshe ezintabeni, nezinkulungwane ezintathu namakhulu ayisithupha ukubabonisa.


Izikhulu zase zithi kubo: “Mabayekwe baphile; baba ngabagawuli bemithi nabakhi bamanzi kuyo yonke inhlangano njengalokho izikhulu zazibatshelile.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ