Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 2:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 USolomoni wabala bonke abezizwe ababesezweni lakwa-Israyeli ngokubalwa uDavide uyise ayebabalile ngakho; kwafumaniseka ukuthi babe yizinkulungwane eziyikhulu namashumi ayisihlanu nezinkulungwane ezintathu namakhulu ayisithupha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

17 USolomoni wabala bonke abezizwe ababesezweni kwa-Israyeli, ngendlela uDavide uyise ayebabale ngayo phambilini. Wathola ukuthi bayizi-153 600.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

17 USolomoni wabala bonke abezizwe ababesezweni lakwa-Israyeli, njengenani uDavide uyise ayebabalile ngalo; kwatholakala izinkulungwane eziyikhulu namashumi ayisihlanu nantathu namakhulu ayisithupha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 2:17
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UDavide wayala ukuba babuthe bonke abafokazi ababe sezweni lakwa-Israyeli, wabeka abakhi ukubaza amatshe axhoziweyo ukuba bakhe indlu kaNkulunkulu.


USolomoni wabala abantu abayizinkulungwane ezingamashumi ayisikhombisa ukuba bathwale imithwalo, nabantu abayizinkulungwane eziyishiyagalombili ukuba babe ngababazi bamatshe ezintabeni, nezinkulungwane ezintathu namakhulu ayisithupha ukubabonisa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ