Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 2:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 indodana yowesifazane wamadodakazi akwaDani; uyise wayengumuntu waseTire, owayekwazi ukusebenza ngegolide, nangesiliva, nangethusi, nangensimbi, nangamatshe, nangemithi, nangokububende, nangokuluhlaza, nangelineni elicolekileyo, nangokubomvu, nangokuqopha imiqopho yonke, nangokuqamba yonke imisebenzi yobungcweti, ukuba anikwe indawo kanye nezingcweti zakho nezingcweti zenkosi yami uDavide uyihlo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

14 uyindodana yowesifazane wamadodakazi akwaDani; uyise wayengumuntu waseThire, owayekwazi ukusebenza ngegolide, ngesiliva, ngethusi, ngensimbi, ngamatshe, ngemithi, ngokubukhwebezane, ngokuluhlaza, ngelineni elicolekileyo, nangokubomvu, nokuqopha yonke imiqopho, nokuqamba yonke imisebenzi yobungcweti. Mnike izingcweti zakho nezingcweti zenkosi yami uDavide, uyihlo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Indodana yowesifazane wamadodakazi akwaDani, noyise wayengumuntu waseTire, ochwepheshile ekusebenzeni ngegolide nangesiliva, ngethusi, nangensimbi, nangetshe, nangokhuni, nangokububende, nangokuluhlaza, nangelineni elicolekileyo. Futhi ngokunsomi; nokuqopha noma yiluphi uhlobo lwamathuna, nokuthola yonke icebo eliyakulethwa kuye, kanye namaqili enu, namaqili enkosi yami uyihlo uDavide.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 2:14
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Manje sengithumile umuntu ohlakaniphileyo nonolwazi, uHiramu Abi,


“Ngalokho mawuthume kimi umuntu oyingcweti yokusebenza ngegolide, nangesiliva, nangethusi, nangensimbi, nangokububende, nangokubomvu, nangokuluhlaza, owazi ukuqopha yonke imiqopho kanye nezingcweti ezinami kwaJuda naseJerusalema, ezamiswa nguDavide ubaba.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ