Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 2:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 “Manje sengithumile umuntu ohlakaniphileyo nonolwazi, uHiramu Abi,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

13 “Manje ngikuthumelela umuntu ohlakaniphileyo nonolwazi, uHuramu Abhi,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Manje ngithumele indoda ehlakaniphile, ehlakaniphile, evela kubaba uHuramu,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 2:13
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inkosi uSolomoni yathumela yamlanda uHiramu eTire.


UHiramu wathi futhi: “Makabongwe uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli owenza izulu nomhlaba, nowanika uDavide inkosi indodana ehlakaniphileyo, enolwazi nengqondo, eyakwakhela uJehova indlu nendlu yombuso wakhe.


indodana yowesifazane wamadodakazi akwaDani; uyise wayengumuntu waseTire, owayekwazi ukusebenza ngegolide, nangesiliva, nangethusi, nangensimbi, nangamatshe, nangemithi, nangokububende, nangokuluhlaza, nangelineni elicolekileyo, nangokubomvu, nangokuqopha imiqopho yonke, nangokuqamba yonke imisebenzi yobungcweti, ukuba anikwe indawo kanye nezingcweti zakho nezingcweti zenkosi yami uDavide uyihlo.


“Ngalokho mawuthume kimi umuntu oyingcweti yokusebenza ngegolide, nangesiliva, nangethusi, nangensimbi, nangokububende, nangokubomvu, nangokuluhlaza, owazi ukuqopha yonke imiqopho kanye nezingcweti ezinami kwaJuda naseJerusalema, ezamiswa nguDavide ubaba.


Namakhanzi, namafosholo, nezingwegwe zenyama, nezinto zonke zalokho uHiramu Abi wakwenzela inkosi uSolomoni ngethusi elikhazimulayo kube ngokwendlu kaJehova.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ