Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 18:34 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Ukulwa kwaqina ngalolo suku; inkosi yakwa-Israyeli yasekelwa enqoleni yayo malungana nama-Aramu kwaze kwaba kusihlwa, yafa ngesikhathi sokushona kwelanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

34 Impi yashisa ngalolo lusuku. Inkosi bayibeka enqoleni yayo maqondana ne-Aramu, kwaze kwaba kusihlwa, yakhothama ngesikhathi sokushona kwelanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

34 Ukulwa kwakhula ngalolo suku, kepha inkosi yakwa-Israyeli yahlala enqoleni yayo phambi kwama-Aramu kwaze kwahlwa; kwathi ngesikhathi sokushona kwelanga wafa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 18:34
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayesethi: “Ngabona wonke u-Israyeli ehlakazekile ezintabeni njengezimvu ezingenamalusi; uJehova wathi: ‘Laba abasenankosi; mababuyele, kube yilowo nalowo endlini yakhe ngokuthula.’ ”


UJehova wathi: ‘Ngubani oyakuyenga u-Ahabi inkosi yakwa-Israyeli ukuba akhuphuke, afele eRamoti Gileyadi na?’ Omunye washo ukuthi nomunye ukuthi.


Wayesethi uMikhaya: “Uma ubuya impela ngokuphila, uyakube engakhulumanga ngami uJehova.” Wathi futhi: “Yizwani nina bantu bonke.”


Kepha umuntu othile wansala umnsalo wakhe ngokungazeleli nje, wayihlaba inkosi yakwa-Israyeli enhlanganisweni yebhantshi lensimbi; yathi kumshayeli: “Phenduka, ungikhiphe empini, ngokuba ngikhutshaziwe.”


UJehoshafati inkosi yakwaJuda wabuyela ngokuphila endlini yakhe eJerusalema.


Ububi bulandela izoni, kepha abalungileyo bavuzwa ngokuhle.


Umuntu osindwa yigazi lomunye uyakubalekela egodini; makangasizwa muntu.


“Kepha uma ningenzi njalo, bhekani, nonile kuJehova; yazini ukuthi isono senu siyakunifumana.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ