Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 18:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Esefikile enkosini, inkosi yathi kuye: “Mikhaya, sihambe silwe neRamoti Gileyadi, noma ngiliyeke na?” Wathi: “Khuphukani, nibe nempumelelo; bayakunikelwa esandleni senu.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

14 Esefikile enkosini, inkosi yathi kuye: “Mikhaya, sihambe yini ukuyokulwa neRamothi Gileyadi, noma ngiliyeke na?” Wathi: “Khuphukani, nibe nempumelelo; bayakunikelwa esandleni senu.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Esefikile enkosini, inkosi yathi kuye: “Mika, siye ukulwa neRamoti kwaGileyadi, noma ngiyishiye yodwa na?” Wathi: “Phuma uphumelele, futhi bayakunikelwa esandleni sakho.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 18:14
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwathi ngasemini u-Eliya wadlala ngabo, wathi: “Memezani ngezwi elikhulu; noma engunkulunkulu, mhlawumbe uyazindla, noma echezukile nje, noma esohambeni, noma elele edinga ukuvuswa.”


Esefikile enkosini, inkosi yathi kuye: “Mikhaya, sihambe silwe neRamoti Gileyadi, noma siliyeke, na?” Wathi kuyo: “Yenyuka, ube nempumelelo; uJehova uyakulinikela esandleni senkosi.”


noBeni Geberi eRamoti Gileyadi, okwakungeyakhe imizi kaJayire indodana kaManase ekwaGileyadi, nezwe lase-Arigobi eliseBashani, imizi engamashumi ayisithupha enezingange nemigoqo yethusi,


Kepha uMikhaya wathi: “Kuphila kukaJehova, lokhu uNkulunkulu wami akushoyo, lokhu ngiyakukhuluma khona.”


Yayisithi kuye inkosi: “Ngiyakukufungisa izikhathi ezingaki ukuba ungakhulumi lutho kimi ngaphandle kweqiniso egameni likaJehova na?”


Thuma isinkwa sakho ebusweni bamanzi, ngokuba uyakusifumana emva kwezinsuku eziningi.


Jabula, uthokoze, ndodakazi yakwa-Edomi, ohlala ezweni lase-Uzi. Indebe iyakudlulela nakuwena; uyakudakwa, uzenze nqunu.


Khona wafika kubafundi, wathi kubo: “Nisalele namanje niphumula; bhekani, ihora selisondele, iNdodana yomuntu isiyakhashelwa ezandleni zezoni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ