Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 17:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 zinamaLevi oShemaya, noNethaniya, noZebadiya, no-Asaheli, noShemiramoti, noJehonathani, no-Adoniya, noThobiya, noThobi Adoniya, amaLevi, beno-Elishama noJehoramu, abapristi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 zinabaLevi: uShemaya, uNethaniya, uZebadiya, u-Asaheli, uShemiramothi, uJehonathani, u-Adoniya, uThobiya noThobi Adoniya. Ababenalaba baLevi kwakungo-Elishama noJehoramu, abaphristi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Wathuma kanye nabo amaLevi, oShemaya, noNethaniya, noZebadiya, no-Asaheli, noShemiramoti, noJonathani, no-Adoniya, noThobiya, noThobadoniya, amaLevi; kanye nabo o-Elishama noJoramu, abapristi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 17:8
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Futhi uJehoshafati wamisa eJerusalema kumaLevi nakubapristi nasezinhlokweni zawoyise bakwa-Israyeli abokwahlulela kukaJehova nabombango. Sebebuyela eJerusalema,


Washo kumaLevi afundisa wonke u-Israyeli, ayengcwele kuJehova, wathi: “Bekani umphongolo ongcwele endlini ayakhayo uSolomoni indodana kaDavide, inkosi yakwa-Israyeli; akusayikubakho mthwalo emahlombe enu; khonzani manje uJehova uNkulunkulu wenu nabantu bakhe u-Israyeli.


“Ngokuba izindebe zompristi ziyakugcina ukwazi, kufunwe umthetho emlonyeni wakhe, ngokuba uyisithunywa sikaJehova Sebawoti.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ