Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 16:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Kwathi lapho uBahasha esekuzwile lokho, wayeka ukwakha iRama, wamisa umsebenzi wakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 Kwathi ukuba uBhahasha akuzwe lokho, wayeka ukwakha iRama, wawumisa umsebenzi wakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 UBhesha esezwile lokho wayeka ukwakha iRama, wawuyeka umsebenzi wakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 16:5
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwakukhona ukulwa phakathi kuka-Asa noBahasha inkosi yakwa-Israyeli zonke izinsuku zabo.


Kwathi lapho uBahasha esekuzwile lokho, wayeka ukwakha iRama, wahlala eTirisa.


UBeni Hadadi wayilalela inkosi u-Asa, wathuma izinduna zempi yakhe ukuba zihlasele imizi yakwa-Israyeli; zanqoba i-Ijoni, neDani, ne-Abela Mayimi, nayo yonke imizi yokubekelela yakwaNafetali.


Kepha u-Asa inkosi wahamba naye wonke uJuda; basusa amatshe aseRama nemithi yalo uBahasha ayelakhe ngakho; wakha ngakho iGeba neMispa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ