Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 15:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 UMoya kaNkulunkulu waba phezu kuka-Azariya indodana ka-Odedi;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 UMoya kaNkulunkulu wehlela ku-Azariya, indodana ka-Odedi;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 UMoya kaNkulunkulu wehlela phezu kuka-Azariya indodana ka-Odedi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 15:1
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“UMoya kaJehova wakhuluma ngami; izwi lakhe lalisolimini lwami.


Bachitha namatende ezinkomo, bamuka nezimvu eziningi namakamela, babuyela eJerusalema.


Kwase kufika uMoya kaJehova phezu kukaJahaziyeli kaZakariya kaBenaya kaJehiyeli kaMathaniya umLevi, emadodaneni ka-Asafa phakathi kwebandla,


UMoya kaNkulunkulu wembesa uZakariya indodana kaJehoyada umpristi; wema ngaphezu kwabantu, wathi kubo: “Usho kanje uNkulunkulu, uthi: ‘Neqelani imiyalo kaJehova ukuba ningabi nampumelelo na? Ngokuba nimshiyile uJehova, naye unishiyile nina.’ ”


Kodwa kwasala amadoda amabili ekamu,* igama lenye lalingu-Elidadi, igama leyesibili linguMedadi; umoya wayehlala phezu kwawo; ayephakathi kwalawo alotshiweyo, kepha awayanga etendeni; aprofetha ekamu.


UBileyamu waphakamisa amehlo akhe, wabona u-Israyeli ehlezi ngokwezizwe zakhe; uMoya kaJehova wehlela phezu kwakhe.


ngokuba akuzange kuvezwe isiprofetho ngentando yomuntu, kepha abantu beqhutshwa nguMoya oNgcwele bakhuluma okukaNkulunkulu.


UMoya kaJehova wayephezu kwakhe, wahlulela u-Israyeli, waphuma impi, uJehova wanikela uKushani Rishatayimi inkosi yase-Aramu Naharayimi esandleni sakhe; isandla sakhe samahlula uKushani Rishatayimi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ