2 iziKronike 14:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE2 U-Asa wenza okuhle nokulungile emehlweni kaJehova uNkulunkulu wakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20202 U-Asa wenza okuhle nokulungileyo phambi kukaSimakade uNkulunkulu wakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20242 U-Asa wenza okuhle nokulungile emehlweni kaJehova uNkulunkulu wakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Sekuphelile konke lokho, u-Israyeli wonke owayekhona waphuma waya emizini yakwaJuda, waphula izinsika, wagawula o-Ashera,* wadiliza izindawo eziphakemeyo nama-altare kwaJuda wonke, nakwaBenjamini, nakwa-Efrayimi, nakwaManase, waze waqeda konke. Base bebuyela bonke abantwana bakwa-Israyeli, kwaba yilowo nalowo efeni lakhe, emizini yakubo.