2 iziKronike 13:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE3 U-Abiya waqala ukulwa enempi yamaqhawe anamandla, abantu abakhethiweyo abayizinkulungwane ezingamakhulu amane, kepha uJerobowamu wahlela ukulwa naye enabantu abakhethiweyo abayizinkulungwane ezingamakhulu ayisishiyagalombili, bengamaqhawe anamandla. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20203 U-Abhiya waphuma ukuyokulwa enempi yamaqhawe anamandla empini, amadoda akhethiweyo ayizi-400 000. UJerobhowamu yena wehla ukuyokulwa naye, enamadoda akhethiweyo ayizi-800 000, angamaqhawe anamandla. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20243 U-Abiya walungisa impi enempi yamaqhawe anamandla, amadoda akhethiweyo ayizinkulungwane ezingamakhulu amane; အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |