Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 13:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Kepha uJerobowamu wayegwegwesisile abaqamekeli ukuba bafike emuva; babe phambi kukaJuda, abaqamekeli babe semva kwabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

13 UJerobhowamu wayebalalele unyendle wabazungeza, ukuze aqhamuke ngemuva nangaphambili kukaJuda.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Kepha uJerobowamu wathuma abaqamekeli emva kwabo; bona babephambi kukaJuda, abaqamekeli babesemva kwabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 13:13
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngomnyaka weshumi nesishiyagalombili wenkosi uJerobowamu indodana kaNebati u-Abiyamu waba yinkosi kwaJuda.


Lapho sebeqala ukuhalalisa nokudumisa, uJehova wabeka abaqamekeli babantwana bakwa-Amoni, nabakwaMowabi, nabaseSeyiri, ababefikele uJuda, banqotshwa.


Akukho ukuhlakanipha, akukho ukuqonda, nesiluleko, okungamelana noJehova.


“Yebo, abantu bami bayiziwula, abangazi; bangabantwana abayiziphukuphuku, abanakuqonda; bahlakaniphele ukwenza okubi, kepha ukwenza okuhle kabakwazi.”


Wawayala ngokuthi: “Bhekani, niyakuwuqamekela umuzi, emva komuzi, ningayi kude kakhulu nomuzi, nihlale nilungele nonke.


UJoshuwa wayesebathuma, baya ukuyoqamekela, bahlala phakathi kweBethele ne-Ayi ngasentshonalanga kwase-Ayi; uJoshuwa walala lobo busuku phakathi kwabantu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ