Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 11:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Emva kwakhe wathatha uMahakha, indodakazi ka-Abisalomu; wamzalela o-Abiya, no-Athayi, noZiza, noShelomiti.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

20 Emva kwakhe, wathatha uMahakha, indodakazi ka-Absalomu. Yona yamzalela: u-Abhiya, u-Athayi, u-Uza, noShelomithi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Emva kwakhe wathatha uMaga, indodakazi ka-Abisalomu; owamzalela uAbhiya, no-Athayi, noSisa, noShelomiti.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 11:20
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wamzalela amadodana: ngoJewushe, noShemariya, noZahamu.


URehobowamu wamthanda uMahakha indodakazi ka-Abisalomu phezu kwabo bonke abafazi bakhe nezancinza zakhe, ngokuba wathatha abafazi abayishumi nesishiyagalombili nezancinza ezingamashumi ayisithupha, wazala amadodana angamashumi amabili nesishiyagalombili namadodakazi angamashumi ayisithupha.


URehobowamu wayeselala koyise, wembelwa emzini kaDavide; u-Abiya indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe.


Ngomnyaka weshumi nesishiyagalombili wenkosi uJerobowamu u-Abiya waba yinkosi kwaJuda.


Wabusa iminyaka emithathu eJerusalema; igama likanina lalinguMikhaya indodakazi ka-Uriyeli waseGibeya. Kwakukhona ukulwa phakathi kuka-Abiya noJerobowamu.


uSolomoni wazala uRobowamu, uRobowamu wazala u-Abiya, u-Abiya wazala u-Asafa;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ