2 iziKronike 10:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE14 yakhuluma kubo njengesiluleko sezinsizwa ngokuthi: “Ubaba walenza ijoka lenu lasinda, mina ngiyakwenezela kulo; ubaba wanishaya ngesiswebhu, mina ngawofezela.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202014 Yakhuluma kubo njengokwelulekwa yizinsizwa, yathi: “Ubaba wayenethwese ijoka elinzima, mina-ke ngizothasisela ejokeni lenu; ubaba wanishaya ngeziswebhu, mina ngizonishaya ngofezela.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202414 Wabaphendula njengeseluleko sezinsizwa, wathi: “Ubaba walenza ijoka lenu laba nzima, kepha mina ngiyakunezela kulokho; ubaba wanishaya ngezitswebhu, kepha mina ngiyakunishaya ngawofezela.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Bonke abongameli bombuso, nababusi, nezikhulu, nabomkhandlu, nezinduna balulekene kanyekanye ukuba kumiswe isimiso senkosi, kumenyezelwe isiyalezo esiqinileyo sokuthi yilowo nalowo ocela isicelo nakumuphi unkulunkulu noma kumuntu ngezinsuku ezingamashumi amathathu, kuphela kuwe nkosi, uyakuphonswa emphandwini wezingonyama.