Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 10:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Inkosi yabaphendula kalukhuni; inkosi uRehobowamu yalahla isiluleko samalunga,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

13 Inkosi yabaphendula kanzima abantu, yasishaya indiva iseluleko izingwevu ezazimeluleke ngaso.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Inkosi yabaphendula kalukhuni; inkosi uRehobowamu yawushiya umphakathi wabadala;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 10:13
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Lowo muntu, inkosi yezwe, ukhulume kalukhuni kithina, wasishaya izinhloli zezwe.


UJosefa wabona abafowabo, wabazi, kepha wazishaya ongabaziyo kubo, wakhuluma kalukhuni kubo, wathi kubo: “Nivelaphi na?” Bathi: “Sivela ezweni laseKhanani, size ukuthenga ukudla.”


UJerobowamu nabantu bonke base befika kuRehobowamu ngosuku lwesithathu njengokusho kwenkosi ithi: “Buyelani kimi ngosuku lwesithathu.”


yakhuluma kubo njengesiluleko sezinsizwa ngokuthi: “Ubaba walenza ijoka lenu lasinda, mina ngiyakwenezela kulo; ubaba wanishaya ngesiswebhu, mina ngawofezela.”


Kepha walahla isiluleko samalunga ameluleke ngaso, welulekana nezinsizwa eziyintanga yakhe, ezazimi phambi kwakhe.


UFaro wathi kuye: “Suka kimi, uqaphele ukuba ungabuboni ubuso bami futhi; ngokuba mhla ubona ubuso bami, uyakufa.”


Impendulo ethambileyo iyabuyisa ukufutheka, kepha izwi elilukhuni livusa ulaka.


Ompofu ukhuluma ngokuncenga, kepha isicebi siphendula kalukhuni.


Yeka, ndodana yami, ukulalela ukulaywa, uyakuduka emazwini okwazi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ