Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 7:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 AmaFilisti esezwile ukuthi abantwana bakwa-Israyeli babuthene eMispa, amakhosi amaFilisti akhuphuka ukulwa no-Israyeli. Abantwana bakwa-Israyeli bekuzwile lokho bawesaba amaFilisti.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 Esezwile amaFilisti ukuthi abakwa-Israyeli babuthene eMizpha, amakhosi amaFilisti akhuphuka ukuyolwa no-Israyeli. Abantu bakwa-Israyeli bezwa, bagcwala ukwesaba phambi kwamaFilisti.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Lapho amaFilisti ezwa ukuthi abantwana bakwa-Israyeli babuthene eMispa, izikhulu zamaFilisti zahlasela u-Israyeli. Lapho abantwana bakwa-Israyeli bekuzwa lokho, besaba amaFilisti.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 7:7
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJehoshafati wayeseshaywa luvalo, wabhekisa ubuso bakhe ukumfuna uJehova, wamemezela ukuzila ukudla kulo lonke lwakwaJuda.


UFaro esesondela, abantwana bakwa-Israyeli baphakamisa amehlo abo; bheka, abaseGibithe babebalandela; base besaba kakhulu; abantwana bakwa-Israyeli bakhala kuJehova.


Lapho abantu bakwa-Israyeli bebona ukuthi basengcingweni, ngokuba bacindezelwa kakhulu, abantu bacasha emihumeni, nasemahlozini, nasemaweni, nasezinqabeni, nasemigodini.


Lapho uSawule naye wonke u-Israyeli bezwa lawo mazwi omFilisti, bashaywa luvalo, besaba kakhulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ