Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 6:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 “Manje thathani nilungise inqola entsha nezinkomo ezimbili ezincelisayo okungafikanga joka phezu kwazo, nizibophele izinkomo enqoleni, nibuyisele ekhaya amankonyane azo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 “Manje thathani, nenze inqola entsha nezinkomazi ezimbili ezincelisayo okungakaze kuhlale joka kuzo; zibopheleni izinkomazi enqoleni, nibuyisele emuva amankonyane azo, niwabuyisele ekhaya.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Manje yenzani inqola entsha, nithathe izinkomo ezimbili ezincelisayo ezingaboshelwa ejokeni, nizibophe enqoleni, nibuyisele amathole azo ekhaya.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 6:7
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bawuhambisa umphongolo kaNkulunkulu ngengqukumbane entsha, bewukhipha endlini ka-Abinadaba eyayisegqumeni; o-Uza no-Ahiyo amadodana ka-Abinadaba bashayela leyo ngqukumbane entsha.


Bawuhambisa umphongolo kaNkulunkulu ngengqukumbane entsha, bewukhipha endlini ka-Abinadaba; o-Uza no-Ahiyo bashayela ingqukumbane.


“Lokhu kuyisimiso somthetho uJehova ayalile ngaso ukuthi: ‘Yisho kubantwana bakwa-Israyeli ukuba balethe kuwe isithole esibomvu esingenasici, singenansolo, okungazange kubekwe ijoka phezu kwaso,


kuze kuthi umuzi oseduze nobuleweyo, amalunga alowo muzi athathe isithokazi ezinkomeni okungasetshenzwanga ngaso, singadonsanga ejokeni,


amalunga alowo muzi asehlisele leso sithokazi esigodini esinamanzi ampompozayo, esingalinywanga, singatshalwanga, ayaphule intamo yesithokazi lapho esigodini;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ