Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 30:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Lapho uDavide nabantu bakhe befika emzini, bheka, wawushisiwe ngomlilo; omkabo, namadodana abo, namadodakazi abo babethunjiwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 Lapho uDavide nabantu bakhe befika emzini, bheka, wawushiswe ngomlilo; omkabo, amadodana abo, namadodakazi abo bethunjiwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 UDavide nabantu bakhe bangena emzini, bheka, wawushisiwe ngomlilo; omkabo namadodana abo namadodakazi abo bathunjwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 30:3
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ziningi izinhlupheko zolungileyo, kepha uJehova uyamkhulula kuzo zonke.


ngokuba iNkosi iyamlaya emthandayo ishaye yileyo naleyo ndodana eyamukelayo.”


Bheka, ngiyakubakhipha esinagogeni* likaSathane abazishaya abaJuda bengesibo, kepha beqamba amanga; bheka, ngiyakubenza ukuba beze bakhuleke phambi kwezinyawo zakho, bazi ukuthi ngikuthandile.


UDavide wahlala no-Akhishi eGati, yena nabantu bakhe, kwaba yilowo nalowo nomuzi wakhe, uDavide enawomkakhe bobabili, o-Ahinohama waseJizreyeli no-Abigayili waseKarmeli umkaNabali.


athumba abesifazane ababe phakathi, abancane nabakhulu engabulalanga muntu, abamukisa, ahamba indlela yawo.


UDavide nabantu ababe naye base bedazuluka, bekhala, baze bangabe besaba namandla okukhala.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ