1 Samuweli 30:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE12 bamnika nocezu lwesigaxa samakhiwane, nezigaxa ezimbili zezithelo zomvini ezomileyo; esedlile kwabuyela kuye umoya wakhe, ngokuba wayengadlanga sinkwa, engaphuzanga manzi, izinsuku ezintathu nobusuku obuthathu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202012 Bamnika ucezu lwesigaxa samakhiwane, nezigaxa ezimbili zamagilebhisi omisiwe, wadla, ayesebuyela kuye amandla akhe, lokhu wayengakaze adle sinkwa noma aphuze manzi izinsuku ezintathu nobusuku obuthathu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202412 Basebemnika ucezu lweqebelengwane lomkhiwane nezigaxa ezimbili zezithelo zomvini ezomileyo; esedlile umoya wakhe wabuyela kuye, ngokuba wayengadlanga sinkwa, engaphuzanga manzi izinsuku ezintathu nobusuku obuthathu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |