1 Samuweli 29:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE8 UDavide wathi ku-Akhishi: “Kepha ngenzeni na? Ufumeneni encekwini yakho, kusukela osukwini engaba phambi kwakho ngalo kuze kube namuhla, ukuba ngingayi ukulwa nezitha zenkosi yami, inkosi, na?” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20208 UDavide wathi ku-Akhishi: “Kepha ngenzeni na? Utholeni encekwini yakho, kusukela osukwini engafika ngalo kuwe kuze kube namuhla, ukuba ngingaphumi ukuyokulwa nezitha zenkosi yami, inkosi na?” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20248 UDavide wayesethi ku-Akhishi: “Ngenzeni na? Ufumeneni encekwini yakho zonke izinsuku ngisenawe kuze kube namuhla ukuba ngingehambe ngilwe nezitha zenkosi yami, inkosi, na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |