1 Samuweli 25:37 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE37 Kwathi ekuseni, lapho iwayini seliphumile kuNabali, umkakhe wamtshela lezo zinto, inhliziyo yakhe yafa phakathi kwakhe, waba njengetshe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202037 Ekuseni, selidamukile iwayini kuNabali, umkakhe wamtshela ngalezo zinto, inhliziyo yakhe yaphelelwa ngamandla, waba njengetshe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202437 Kwathi ekuseni, lapho iwayini lenyuka kuNabali, umkakhe wamtshela lokho, inhliziyo yakhe yafa phakathi kwakhe, waba njengetshe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |