Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 25:35 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

35 UDavide wayesamukela esandleni sakhe lokho amlethele khona; wathi kuye: “Khuphukela endlini yakho ngokuthula; bheka, ngililalele izwi lakho, ngibuvumile ubuso bakho.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

35 UDavide wemukela esandleni sika-Abhigayili lokho ayemlethele khona; wayesethi kuye: “Buyela endlini, uphephile, ngikuzwile okushoyo, ngiyasemukela isicelo sakho.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

35 UDavide wayesethatha esandleni sakhe lokho amlethele khona, wathi kuye: “Khuphukela endlini yakho ngokuthula; bheka, ngilalele izwi lakho futhi ngathatha ubuntu bakho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 25:35
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wathi kuye: “Bheka, nakule nto ngiyakukuvumela; angiyikuwuchitha lo muzi okhuluma ngawo.


Inkosi yathi kuye: “Hamba ngokuthula.” Wayesesuka, waya eHebroni.


Wathi kuye: “Hamba ngokuthula.” Wahamba, wasuka kuye ibangana.


ongakhethi ubuso bezikhulu, onganaki ocebileyo kunompofu, na? Ngokuba bonke bangumsebenzi wezandla zakhe.


Izwi elikhulunywayo ngesikhathi esiyiso linjengama-apula* asezitsheni zesiliva.


Kepha wathi kowesifazane: “Ukukholwa kwakho kukusindisile; hamba, ube nokuthula.”


Wayesethi kuye: “Ndodakazi, ukukholwa kwakho kukusindisile; hamba, ube nokuthula.”


Wayesephendula u-Eli ethi: “Hamba ngokuthula; uNkulunkulu wakwa-Israyeli makakunike okucelileyo kuye.”


UJonathani wathi kuDavide: “Hamba kahle, lokhu sifungile sobabili igama likaJehova ngokuthi: ‘UJehova uyakuba phakathi kwami nawe naphakathi kwenzalo yami nenzalo yakho kuze kube phakade.’ ” Wavuka, wahamba; uJonathani wangena emzini.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ