Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 25:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Kwathi esakhwele imbongolo, esehla endaweni esithekileyo yentaba, bheka, kwehlela kuye uDavide nabantu bakhe, wahlangana nabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

20 Kwathi esagibele embongolweni, ehla endaweni esithekileyo esentabeni; kwase kwehlela kuye uDavide nabantu bakhe ukuba bahlangane naye, nembala wahlangana nabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Ekhwele imbongolo, wehlela endaweni yokucasha yentaba, bheka, uDavide nabantu bakhe behla ukumhlangabeza; wahlangana nabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 25:20
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayesebophela imbongolo, wathi encekwini yakhe: “Qhuba, uhambe njalo, ungangimisi ekuhambeni, uma ngingakutsheli.”


Wathi kuzo izinsizwa: “Hambani phambi kwami; bhekani, ngiyanilandela.” Kepha akayitshelanga indoda yakhe uNabali.


UDavide wayeshilo ukuthi: “Impela ngikugcinele ize konke lowo muntu anakho ehlane ukuba angalahlekelwa lutho lwakho konke okwakhe, ngokuba ungibuyisele okubi ngokuhle.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ