Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 23:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 UDavide nabantu bakhe baya eKeyila, balwa namaFilisti, bathumba izinkomo zawo, bawaceka ngokuceka okukhulu. Wayesebasindisa uDavide abaseKeyila.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 UDavide namabutho akhe baya eKheyila, balwa namaFilisti, badla izinkomo zawo, bawashaya bawaqothula. Wayesezihlenga uDavide izakhamuzi zaseKheyila.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 UDavide nabantu bakhe baya eKehila, balwa namaFilisti, bathumba izinkomo zawo, bawabulala ngokuceka okukhulu. Kanjalo uDavide wabasindisa abakhileyo eKehila.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 23:5
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wangibhincisa amandla okulwa; ababengivukele wabathobisa phansi kwami.


Ngaziphahlaza, zaze zahluleka ukuvuka; zawa phansi kwezinyawo zami.


Abaphindisela okubi ngokuhle bamelene nami, ngokuba ngilandela okulungileyo.


Kwabuye kwaba khona impi futhi; uDavide waphuma walwa namaFilisti, wawaceka ngokuceka okukhulu; ambalekela.


UDavide waphinda wabuza kuJehova. UJehova wamphendula wathi: “Suka wehlele eKeyila, ngokuba ngiyakunikela amaFilisti esandleni sakho.”


Kwathi lapho u-Abiyathara indodana ka-Ahimeleki ebaleka eya kuDavide eKeyila, wehla, ingubo yamahlombe isesandleni sakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ