Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 23:28 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Wayesebuya uSawule ekumxosheni uDavide, wahamba ukuhlangabezana namaFilisti; ngalokho babiza leyo ndawo ngokuthi iSela Hamalekoti.*

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

28 USawule wanqandeka ekulandeleni uDavide, wahamba wayokulwa namaFilisti. Yingakho leyo ndawo yabizwa ngokuthi yiSela Hamalekothi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

28 Ngakho uSawule wabuya ekumsukeleni uDavide, waya ukuhlangabezana namaFilisti; ngalokho babiza leyo ndawo ngokuthi iSelama-Hlekoti.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 23:28
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Umphefumulo wethu uphunyukile njengenyoni ogibeni lwabacuphi; ugibe lwaphukile, thina saphunyuka.


USawule nabantu bakhe baya ukumfuna. UDavide watshelwa; wehlela-ke eweni, wahlala ehlane laseMahoni. USawule ekuzwa, wamxosha uDavide ehlane laseMahoni.


Kepha kwafika isithunywa kuSawule, sithi: “Shesha ufike, ngokuba amaFilisti angenele izwe.”


UDavide wakhuphuka lapho, wahlala ezinqabeni zase-Eni Gedi.


Kwathi uSawule esebuyile ekuxosheni amaFilisti, kwabikwa kuye ukuthi: “Bheka, uDavide usehlane lase-Eni Gedi.”


USawule wayesethatha abantu abayizinkulungwane ezintathu abakhethiweyo kuye wonke u-Israyeli, wahamba ukumfuna uDavide nabantu bakhe emaDwaleni amaGogo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ