Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 23:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Kwase kwenyuka abaseZifi, baya kuSawule eGibeya, bathi: “UDavide akacashi yini kithi ezinqabeni zaseHoreshi entabeni yaseHakhila elingaseningizimu kwasehlane na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

19 Kwase kwenyuka abaseZifi, baya kuSawule eGibheya, bathi: “UDavide akacashile yini phakathi kwethu ezinqabeni eHoreshi egqumeni iHakhila, eliseningizimu yeJeshimoni na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

19 AbaseSifi base benyukela kuSawule eGibeya, bathi: “UDavide akazicashi yini kithi ezinqabeni zehlathi entabeni yaseHagila ngaseningizimu kwaseJesimoni na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 23:19
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uma umbusi elalela indaba yamanga, zonke izinceku zakhe zimbi.


Kwathi uSawule esebuyile ekuxosheni amaFilisti, kwabikwa kuye ukuthi: “Bheka, uDavide usehlane lase-Eni Gedi.”


AbaseZifi beza kuSawule eGibeya, bathi: “UDavide akacashi yini entabeni yaseHakhila engaphambi kwehlane na?”


USawule wamisa entabeni yaseHakhila engaphambi kwehlane ngasendleleni. Kepha uDavide wahlala ehlane, wabona ukuthi uSawule uyamlandela ehlane.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ