Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 21:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Wayesethi umpristi: “Inkemba kaGoliyati umFilisti owambulala esigodini sase-Ela, bheka, ilapho, isongiwe ngengubo emva kwengubo yamahlombe. Uma uthanda ukuyithatha, yithathe, ngokuba ayikho lapha enye ngaphandle kwayo.” UDavide wathi: “Ayikho enjengayo; nginike yona.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Wayesethi umphristi: “Kukhona inkemba kaGoliyathi, umFilisti, owambulala esigodini i-Ela. Ilapho, isongwe ngendwangu emuva kwengubo yamahlombe. Uma uthanda ukuyithatha, yithathe, ngokuba ayikho enye ngaphandle kwaleyo.” UDavide wathi: “Ayikho efana naleyo, nginike yona.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Wayesethi umpristi: “Inkemba kaGoliyati umFilisti, owamnqoba esigodini sase-Ela, bheka, nansi emva kwendwangu ehlombe isongwe ngendwangu; uma uthanda ukuyithatha, yithathe; ngoba akekho omunye lapha. UDavide wathi: “Akunjalo; nginike.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 21:9
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

USawule nabantu bakwa-Israyeli babuthana, bamisa esigodini sase-Ela, bahlela impi ukuhlangabezana namaFilisti.


UDavide wathi ku-Ahimeleki: “Akukho lapho phansi kwesandla sakho umkhonto noma inkemba na? Ngokuba angifikanga nenkemba yami nezikhali zami, ngokuba udaba lwenkosi lwalusheshisa.”


Wambuzela kuJehova, wamnika umphako, wamnika nenkemba kaGoliyati umFilisti.”


Azibeka izikhali zakhe endlini ka-Ashitaroti, abethela isidumbu sakhe ogangeni lwaseBeti Shani.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ