1 Samuweli 20:42 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE42 UJonathani wathi kuDavide: “Hamba kahle, lokhu sifungile sobabili igama likaJehova ngokuthi: ‘UJehova uyakuba phakathi kwami nawe naphakathi kwenzalo yami nenzalo yakho kuze kube phakade.’ ” Wavuka, wahamba; uJonathani wangena emzini. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202042 UJonathani wathi kuDavide: “Hamba kahle, lokhu sobabili sifunge igama likaSimakade, sathi: ‘USimakade uzokuba phakathi kwami nawe naphakathi kozalo lwami nozalo lwakho kuze kube phakade.’ ” Wayesesukuma uDavide, wahamba, uJonathani wangena emzini. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202442 UJonathani wasesithi kuDavida: Hamba ngokuthula, ngoba safunga sobabili ebizweni le Nkosi, sathi: I Nkosi izakuba phakathi kwami lawe kuze kube nininini laphakathi kwenzalo yami lenzalo yakho. Wasuka wahamba, uJonathani wangena emzini. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |