Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 19:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Lapho uSawule esethuma izithunywa ukumthatha uDavide, wathi: “Uyagula.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

14 Kwathi lapho uSawule esethumela izithunywa ukuba ziyolanda uDavide, uMikhali wathi: “Uyagula.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Lapho uSawule ethuma izithunywa ukuba zilande uDavide, yena wathi: “Uyagula.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 19:14
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Zase zifika izinceku zika-Abisalomu kowesifazane endlini, zathi: “Baphi o-Ahimahasi noJonathani na?” Owesifazane wathi kuzo: “Bawuwele umfudlana.” Sezibafunile zingabatholanga, zabuyela eJerusalema.


kwathi ngesikhathi sokuvalwa kwesango lapho sekumnyama, amadoda aphuma; angazi ukuthi ayaphi lawo madoda; sheshani niwaxoshe, ngokuba niyakuwafica.”


USawule wathuma izithunywa ukumbona uDavide, ethi: “Mkhuphuleni kimi ngombhede ukuba ngimbulale.”


USawule wathuma izithunywa ukumthatha uDavide; lapho zibona iviyo labaprofethi beprofetha, uSamuweli emi engumholi wabo, uMoya kaNkulunkulu wazehlela izithunywa zikaSawule, nazo zaprofetha.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ