Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 17:42 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

42 UmFilisti esabuka wambona uDavide, wameyisa, ngokuba wayengumfana nje, ebomvana, ebukeka emuhle.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

42 UmFilisti wabuka, wambona uDavide, wameyisa, ngokuba wayengumfana nje, ebomvana, ebukeka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

42 UmFilisti waqalaza, wabona uDavide, wameyisa, ngokuba engumfana ebomvana, emuhle ebusweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 17:42
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wathi: “Noma bephumele ukuthula, babambeni besaphila, noma bephumele ukulwa, babambeni besaphila.”


Ukuzidla kuyandulela ukubhujiswa, nomoya oziqhenyayo wandulela ukuwa.


Wathumela, wamngenisa. Wayebomvana enamehlo amahle, emuhle ngokubukwa. UJehova wathi: “Suka umgcobe, ngokuba lona nguye.”


USawule wathi kuDavide: “Awunamandla okuya kulowo mFilisti, ulwe naye, ngokuba ungumfana nje, yena eyindoda yempi kwasebusheni bakhe.”


Weza umFilisti, wafika wasondela kuDavide; umuntu ophethe isihlangu wahamba phambi kwakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ