Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 17:38 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

38 USawule wamembathisa ezakhe izingubo, wamfaka isigqoko sethusi ekhanda, wamgqokisa ibhantshi lensimbi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

38 USawule wamgqokisa uDavide izingubo zakhe zempi, wamethwesa isigqoko sethusi ekhanda, wamembathisa nebhantshi lensimbi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

38 USawule wagqokisa uDavide izikhali zakhe, wafaka isigqoko sethusi ekhanda lakhe; wabuye wahloma ngesikhali.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 17:38
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bophelani amahhashi, nikhwele nina bamahhashi, nisuke nime ninezigqoko zempi, niphucuze imikhonto, nembathe amabhantshi ensimbi.


UDavide wathi: “UJehova owangophula ozisheni lwengonyama nasozisheni lwebhere* uyakungophula nasesandleni salowo mFilisti.” USawule wathi kuDavide: “Hamba, uJehova uyakuba nawe.”


UDavide wabhinca inkemba yakhe phezu kwezambatho zakhe, wazama ukuhamba, ngokuba wayengakazilingi. UDavide wathi kuSawule: “Anginakuhamba nalezi, angikazilingi.” UDavide wayesezikhumula.


UJonathani wakhumula ingubo ayenayo, wayinika uDavide, nezinye izambatho zakhe kwaze kwaba nenkemba yakhe, nomnsalo wakhe, nebhande* lakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ