1 Samuweli 17:36 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE36 Inceku yakho yahlula ingonyama nebhere,* nalowo mFilisti ongasokile uyakuba njengenye yazo, lokhu eyeyisile impi kaNkulunkulu ophilayo.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202036 Inceku yakho yehlula ingonyama nebhele, nalo mFilisti ongasokile uyakuba njengenye yalokho, ngokuba weyise impi kaNkulunkulu ophilayo.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202436 Inceku yakho ibulele kokubili ingonyama nebhere, futhi lo mFilisti ongasokile uyakuba njengenye yazo, ngoba udelele amabutho kaNkulunkulu ophilayo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
kepha uziphakamisile eNkosini yasezulwini; balethe izitsha zendlu yakhe phambi kwakho; wena nezinduna zakho, nawomkakho, nezancinza zakho niphuzile iwayini ngazo, utusile wena onkulunkulu besiliva, nabegolide, nabethusi, nabensimbi, nabomuthi, nabetshe abangaboni, abangezwa, abangazi; kodwa uNkulunkulu omphefumulo wakho usesandleni sakhe, nokungezakhe zonke izindlela zakho awumdumisanga.