1 Samuweli 16:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE16 Mayisho inkosi yethu ukuba izinceku eziphambi kwakho zifune umuntu owazi ukubetha ihabhu;* kuyakuthi lapho ufikelwa ngumoya omubi ovela kuNkulunkulu, abethe ngesandla sakhe, kube kuhle kuwe.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202016 Mayisho inkosi yethu ukuba izinceku eziphambi kwakho zifune umuntu owazi ukubetha ihabhu; kuyothi lapho ufikelwa ngumoya omubi ovela kuNkulunkulu, akushayele ihabhu, ube ngcono.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202416 Manje inkosi yethu mayiyala izinceku zakho eziphambi kwakho ukuba zifune umuntu ongumshayi wehabhu ohlakaniphile; futhi uma umoya omubi kaNkulunkulu ufika phezu kwenu, yena uyokwenza ngesandla sakhe, futhi niyophulukiswa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |