Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 15:35 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

35 USamuweli akaphindanga ukumbona uSawule waze wafa, kepha uSamuweli wamkhalela uSawule; uJehova wazisola ukuthi wayembekile uSawule inkosi phezu kuka-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

35 USamuweli akaphindanga wambona uSawule waze wafa. Kepha uSamuweli wamkhalela uSawule; uSimakade wazisola ukuthi wayembekile uSawule waba yinkosi, wabusa u-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

35 USamuweli akabange esaya ukubona uSawule kwaze kwaba lusuku lokufa kwakhe; Nokho, uSamuweli wamlilela uSawule, futhi uJehova wazisola ngokuthi wayebeke uSawule inkosi phezu kuka-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 15:35
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayesezisola uJehova ukuthi wayebenzile abantu emhlabeni, wadabuka enhliziyweni yakhe.


UMikhali indodakazi kaSawule akazalanga mntwana kwaze kwaba lusuku lokufa kwakhe.


Imifula yamanzi iyehlela emehlweni ami, ngokuba abagcini umthetho wakho.


Lapho ngibona amambuka, ngiyadikibala, ngokuba awagcini izwi lakho.


Ngokuba abaningi, enganitshela kaningi ngabo namanje nginitshela nangezinyembezi, bahamba beyizitha zesiphambano sikaKristu,


“Ngiyazisola ukuthi ngibekile uSawule inkosi, ngokuba ubuyile ekungilandeleni, kafezanga amazwi ami.” USamuweli wathukuthela, wakhala kuJehova ubusuku bonke.


UJehova wathi kuSamuweli: “Uyakumkhalela kuze kube nini na? Ngokuba ngimlahlile ukuba angabe esaba yinkosi phezu kuka-Israyeli. Gcwalisa uphondo lwakho ngamafutha, uhambe; ngiyakukuthuma kuJese waseBetlehema, ngokuba ngizibonele inkosi phakathi kwamadodana akhe.”


Naye wakhumula izingubo zakhe, waprofetha naye phambi kukaSamuweli, walala phansi enqunu lonke lolo suku nabo bonke lobo busuku. Ngalokho kwathiwa: “Naye uSawule uphakathi kwabaprofethi na?”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ