Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 15:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Kepha abantu bathatha kuyo impango, izimvu nezinkabi, okuhle kokuqalekisiweyo, ukuba bahlabele uJehova uNkulunkulu wakho eGiligali.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

21 Kepha abantu bathatha empangweni izimvu, nezinkomo, okuhle kokuqalekisiweyo, khona bezohlabela uSimakade uNkulunkulu wabo eGiligali.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Kepha abantu bathatha empangweni yezimvu nezinkomo, okubaluleke kakhulu ezintweni eziqalekisiweyo, ukuze bahlabele uJehova uNkulunkulu wakho eGiligali.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 15:21
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Adamu wathi: “Owesifazane, owangipha yena ukuba abe nami, unginikile kuwo umuthi, ngadla.”


UJehova uNkulunkulu wathi kowesifazane: “Yini lokhu okwenzileyo na?” Owesifazane wathi: “Inyoka ingikhohlisile, ngadla.”


Ngokuba lokho nga kuthengisiwe ngokukhulu, kwaphiwa abampofu.”


USawule wathi: “Babuye nazo kuma-Amaleki, ngokuba abantu bayeka ezinhle zezimvu nezezinkabi ukuba bahlabele uJehova uNkulunkulu wakho; ezinye siziqedile nya.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ