Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 14:34 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Wathi uSawule: “Hlakazekelani phakathi kwabantu, nithi kubo: ‘Lethani kimi, kube yilowo nalowo inkabi yakhe, nalowo imvu yakhe, nizihlabe lapha, nidle, ningoni kuJehova ngokudla okunegazi.’ ” Bonke abantu baletha, kwaba yilowo nalowo inkabi yakhe ngalobo busuku ngesandla sakhe, bazihlaba khona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

34 USawule wathi: “Hlakazekani phakathi kwabantu, nibatshele bonke, nithi: ‘Akube yilowo nalowo alethe kimi inkabi yakhe, omunye imvu yakhe, nikuhlabe lapha kule ndawo, nikudle, ningabe nisona kuSimakade ngokudla okunegazi.’ ” Abantu baletha, kwaba yilowo nalowo inkabi yakhe, bakuhlaba bona mathupha lapho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

34 USawuli wasesithi: Zihlakazeleni phakathi kwabantu, lithi kubo: Lethani kimi, ngulowo lalowo inkomo yakhe, ngulowo lalowo umhlambi wakhe, lizihlabe lapha, lidle; futhi ningoni kuJehova ngokudla igazi. Bonke abantu ngalobo busuku baletha, kwaba yilowo nalowo izinkomo zakhe, bazihlaba khona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 14:34
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Kepha inyama okukuyo umphefumulo wayo, okungukuthi igazi layo, aniyikuyidla.


Base bemtshela uSawule, bethi: “Bheka, abantu bayona kuJehova ngokudla okunegazi.” Wathi: “Nenze kabi; gingqelani kimi itshe elikhulu namuhla.”


USawule wamakhela uJehova i-altare; kwakuyi-altare lokuqala amakhela lona uJehova.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ