Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 14:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Abantu bonke bakwa-Israyeli ababecashile ezintabeni zakwa-Efrayimi sebezwile ukuthi amaFilisti abaleka, nabo bawaxosha ekulweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

22 Bonke abakwa-Israyeli ababecashe kwelezintaba kwa-Efrayimi bezwa ukuthi amaFilisti abalekile, nabo bawaxosha ngempi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Ngokufanayo, wonke amadoda akwa-Israyeli ayecashe ezintabeni zakwa-Efrayimi, lapho ezwa ukuthi amaFilisti abalekile, nawo awasukela ekulweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 14:22
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Amadoda akwa-Israyeli ayebuthene evela kwaNafetali, nakwa-Asheri, nakulo lonke lakwaManase, abaxosha abakwaMidiyani.


Lapho abantu bakwa-Israyeli bebona ukuthi basengcingweni, ngokuba bacindezelwa kakhulu, abantu bacasha emihumeni, nasemahlozini, nasemaweni, nasezinqabeni, nasemigodini.


Bobabili bazibonakalisa kulo ikhanda lamaFilisti; amaFilisti ayesethi: “Bhekani, amaHeberu aphuma emigodini acashe kuyo.”


Lapho abantu bakwa-Israyeli ababe ngaphesheya kwesigodi nalabo ababe ngaphesheya kweJordani bebona ukuthi abantu bakwa-Israyeli babaleka nokuthi uSawule namadodana akhe bafile, bashiya imizi, babaleka; amaFilisti afika, ahlala kuyo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ