1 Samuweli 12:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE11 UJehova wayesethuma oJerubali, noBedani, noJefta, noSamuweli, wanophula esandleni sezitha zenu nxazonke, nahlala nalondeka. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202011 USimakade wayesethumela uJerubhali, uBhedani, uJeftha, noSamuweli, wanihlenga esandleni sezitha zenu ezazinizungeze nhlangothi zonke, nahlala ngokuvikeleka. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202411 UJehova wathuma oJerubali noBedani noJefta noSamuweli wanikhulula esandleni sezitha zenu nxazonke, nahlala ngokulondeka. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |