Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




1 Samuweli 10:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Kwathi bonke ababemazi kuqala sebebona ukuthi waprofetha nabaprofethi, abantu bathi omunye komunye: “Kuyini lokhu okwehlele indodana kaKishi na? Kanti naye uSawule uphakathi kwabaprofethi na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

11 Kwathi lapho bonke abebekade bemazi kuqala bebona ukuthi uphrofetha nabaphrofethi, bakhuluma bodwa omunye ethi komunye: “Yini le eyenzeke endodaneni kaKishi na? Ngabe nguSawule ngempela lo ophakathi kwabaphrofethi na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Kwathi bonke ababemazi ngaphambili bebona ukuthi wayeprofethile phakathi kwabaprofethi, abantu bathi omunye komunye: “Kwenzekeni endodaneni kaKishi na?” Ingabe noSawule uphakathi kwabaprofethi?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




1 Samuweli 10:11
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayesephendula u-Amose, wathi ku-Amasiya: “Angisiye umprofethi mina, nendodana yomprofethi angisiyo, kepha ngangingumalusi, ngangitshala imithombe.


Kepha uJehova wangisusa ekulandeleni umhlambi; uJehova wathi kimi: ‘Hamba uprofethe kubantu bami u-Israyeli.’


Ngakho abaJuda bamangala bathi: “Lona uyazi kanjani imibhalo engafundanga na?”


Kepha base bemazi ukuba nguyena owayehlalela ukuphiwa ngaseMnyango Omuhle wethempeli, behlelwa ngukwesaba nokumangala ngokwenzakele kuye.


Kwathi bebona isibindi sikaPetru noJohane, beqonda ukuthi bangabantu abangafundile, bayimifunda nje, bamangala; babazi ukuthi kade benoJesu;


Kepha bamangala bonke abezwayo, bathi: “Lo asiye yini owachitha eJerusalema abakhuleka kulelo gama, nalapha uze ngalokhu ukuba abaqhube beboshiwe kubapristi abakhulu na?”


Naye wakhumula izingubo zakhe, waprofetha naye phambi kukaSamuweli, walala phansi enqunu lonke lolo suku nabo bonke lobo busuku. Ngalokho kwathiwa: “Naye uSawule uphakathi kwabaprofethi na?”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ